settings icon
share icon
Umbuzo

Isiqiniseko saphakade sikhona yini eBhayebhelini?

Impendulo


Uma abantu bazana noJesu Krestu njengomsindisi basondezwa ebudlelwaneni noNkulunkulu loko kusinika isiqiniseko saphakade Incwadi kaJuda Kuyena onigcina ukuthi ningangeni ekulingweni futhi uzoninikela enkazimulweni ngaphandle kwesono kanye nenjabulo enkulu Amandla kaNkulunkulu ayamgcina olungingileyo ukuba angawi. Kukuye, hayi thina, ukusinikela kuye ebukhoneni benkazimulo.Isiqiniseko saphakade umusa kaNkulunkulu osigcinayo, ingasithi sigcina insindiso yethu.

uJesu ukhuluma lamagama, Ngibanika impilo yaphakade, futhi ngeke babhubhe, akekho oyabakhipha esandleni sami. uBaba wami onginike bona, Mkhulu kunako konke, akakho ongasikhipha esandleni sikaNkulunkulu (Johane 10: 15 16) Lithi izwi likaNkulunkulu okholwa inkosi uJesu unokuphila okuphakade. Uma umuntu ethenjiswe ukuphila okuphakade, kodwa kwase kuyathathwa. Okusho ukuthi akuzange kunikezwe yena kwasekuqaleni. Uma ukuphila phakade kungelona iqiniso, kusho ukuthi isithembiso seBhayibheli kungaliphutha.

Indaba esingayibheka ngamandla amangalisayo incwadi yabaseRoma 8: 38 39 Ngiyakholwa ukuthi noma ukufa noma ukuphila, izingelosi noma amadimoni, noma isikhathi samanje noma isikhathi esizayo, namandla, ukuphakama noma ukujula, noma yini edaliweyo, akuyikuba namandla okusihlukanisa nothando lukaNkulunkulukuJesu Krestu iNkosi yethu. Inaphakade lethu lisethandweni lika Nkulunkulu kithina esihlengiwe. Iphakade lethu lithengwe ngu Krestu, sithenjiswe nguBaba. yabese yaqiniswa ngoMoya Oyingcwele.

English



Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu

Isiqiniseko saphakade sikhona yini eBhayebhelini
© Copyright Got Questions Ministries